"nebethele"
4 occurrences in ZUL
AbAhluleli 4:5
Wayehlala phansi kwesundu likaDebora phakathi kweRama neBethele ezintabeni zakwa -Efrayimi; abantwana bakwa -Israyeli bakhuphukela kuye ukuba bahlulelwe.
U-Amose 5:5
Kepha ningalifuni iBethele , ningangeni eGiligali, ningadluleli eBeri Sheba , ngokuba iGiligali liyakuthunjwa nokuthunjwa, neBethele liyakuba yize.
UGenesise 35:8
UDebora umzanyana kaRebeka wafa , wembelwa ngenzansi neBethele phansi kwe-oki; igama lalo labizwa ngokuthi i-Alonibakuti. Ukuzalwa kukaBenjamini nokufa kukaRaheli
UJoshuwa 18:22
neBeti Araba, neSemarayimi, neBethele,