Skip to Content

"nekhanda"

7 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 12:21

Iso alinakusho esandleni ukuthi : Angikudingi; nekhanda futhi alinakusho ezinyaweni ukuthi: Anginidingi.

NgokukaJohane 13:9

USimoni Petru wa thi kuye : Nkosi, akungabi yizinyawo zodwa kepha nezandla nekhanda.

NgokukaMathewu 5:36

Ungafungi nekhanda lakho , ngokuba awunakuphendula nalunye unwele lube mhlophe nokuba lube mnyama.

UJeremiya 22:6

Ngokuba usho kanje uJehova ngendlu yenkosi yakwaJuda, uthi: UyiGileyadi kimi, nekhanda laseLebanoni ; impela ngiyakukwenza ube yihlane nemizi engahlalwa muntu.

UJobe 20:6

Noma ubukhulu bakhe bukhuphukela ezulwini , nekhanda lakhe lifinyelela emafwini,

UJobe 41:7

Ungagcwalisa isikhumba sakhe ngezinhlendla, nekhanda lakhe ngamathatha ezinhlanzi, na?

UmShumayeli 9:8

Izingubo zakho mazibe mhlophe ngezikhathi zonke , nekhanda l akho malingasweli amafutha.