Skip to Content

"ngakini"

8 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 16:17

Ngiyathokoza ngokufika kukaStefana noFortunatu no -Akhayiku, ngokuba bakufezile obekusilele ngakini.

2 kwabaseKorinte 13:3

Ngokuba nifuna ubufakazi bokuthi kunguKristu okhulumayo kimi , yena ongebuthakathaka ngakini, kepha unamandla phakathi kwenu.

2 kwabaseKorinte 13:4

Ngokuba noma wabethelwa esiphambanweni ngobuthakathaka , nokho uyaphila ngamandl a kaNkulunkulu . Ngokuba nathi sibuthakathaka kuye , kodwa sizakuphila kanye naye ngamandla kaNkulunkulu ngakini. UPawulu ululeka ukuba nabo bazihlole, engakafiki

2 kwabaseKorinte 1:16

ngidlule ngakini , ngiye eMakedoniya , ngibuye ngize kini sengivela eMakedoniya, ngiphelekezelwe yinina sengiya eJudiya.

2 kwabaseKorinte 6:11

Umlomo wethu uvulekele ngakini nina baseKori nte, inhliziyo yethu yanulekile;

2 kwabaseKorinte 7:15

Yebo, isihe sakhe sivamile kakhulu ngakini , lapho ekhumbula ukulalela kwenu nonke ukuthi namamukela ngokwesaba nangokuthuthumela.

EkaJakobe 5:3

igolide lenu nesiliva kugwalile , nokugwala kwakho kuyakuba ngufakazi ngakini, kudle inyama yenu njengomlilo . Niqongelele ingcebo ezinsukwini zokuphela.

KwabaseRoma 15:28

Ngakho nxa sengikufezile lokho , ngabeka leso sithelo esandleni sabo , ngizakuhamba, ngidlule ngakini, ngiye eSpaniya;