"ngesikhumba"
7 occurrences in ZUL
Ngiyakubeka imisipha phezu kwenu , ngihlumise inyama phezu kwenu , nginimboze ngesikhumba, nginike umoya, niphile, nazi ukuthi nginguJehova.
USathane wamphendula uJehova , wathi: Isikhumba ngesikhumba , yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.
noma sisezintanjeni eziqondileyo noma sikwezinqamulayo , ezelineni noma ezoboya bezimvu , noma sisesikhumbeni , noma sisentweni eyenziwe ngesikhumba,
Nazo zonke izingubo , nakho konke okwenziwe ngesikhumba , nayo yonke imisebenzi yoboya bezimbuzi , nazo zonke izinto ezenziwe ngomuthi , niyakuziphothula mayelana nakho. Ukwahlukaniswa kwempango
E-altare legolide bayakwendlala indwangu eluhlaza , bayisibekele ngesikhumba samatahasi, bafake izinti zalo.
Bayakuthabatha zonke izitsha zokukhonza abakhonza ngazo endlini engcwele, bazifake endwangwini eluhlaza , bazisibekele ngesikhumba samatahasi, bazibeke ohlakeni.
Bayakwendlala phezu kwazo indwangu ebomvu, bayisibekele ngesikhumba samatahasi, bafake izinti zalo.