Skip to Content

"ngilandeleni"

4 occurrences in ZUL

2 AmaKhosi 6:19

Wayesethi u -Elisha kubo : Le akusiyo indlela , nalona akusiwo umuzi ; ngilandeleni, nginiyise kumuntu enimfunayo. Wabayisa eSamariya.

AbAhluleli 3:28

Wathi kubo : Ngilandeleni, ngokuba uJehova u nikele izitha zenu abakwaMowabi esandleni senu ! Behla emva kwakhe , bavimba amazibuko aseJordani ababewela ngawo abakwaMowabi , abavumanga ukuba kuwele muntu.

NgokukaMarku 1:17

UJesu wayesethi kubo : Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.

NgokukaMathewu 4:19

Wayesethi kubo: Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.