"nginitshela"
8 occurrences in ZUL
Kepha maqondana nezintombi anginamyalo weN kosi, kepha nginitshela ukubona kwami njengothembekileyo ngokuhawukelwa yiNkosi.
Kulokhu nginitshela ukubona kwami ; ngokuba lokhu kulungele nina enaqala nyakenye, kungekwenza kuphela kepha nokuthanda;
Ngokuba abaningi , enganitshela kaningi ngabo nam anje nginitshela nangezinyembezi, bahamba beyizitha zesiphambano sikaKristu,
Kodwa mina nginitshela iqiniso lokuthi kunilungele ukuba ngimuke; ngokuba uma ngingamuki , uMduduzi kayikuza kini ; kepha uma ngimuka , ngiyakumthumela kini.
Nxa nginitshelile okomhlaba , kanakholwa; ningakholwa kanjani , uma nginitshela okwasezulwini na?
Wabaphendula wathi : Kade nginitshela , kepha anizwanga ; nifunelani ukuzwa futhi na? Niyafuna yini nani ukuba ngabafundi bakhe na?
bathi: Uma unguKristu , sitshele. Wathi kubo: Uma nginitshela , anisoze nakholwa;
Kepha nginitshela ngesiminya ukuthi bakhona abanye kwabemi lapha abangayikuzwa ngempela ukufa, baze babone umbuso kaNkulunkulu. Ukukhazimuliswa kukaJesu entabeni (Math. 17:1; Mark. 9:2)