Skip to Content

"ngivela"

3 occurrences in ZUL

AbAhluleli 19:18

Wathi kulo : Siyadlula sivela eBetlehema Juda , siya ohlangothini olungasemuva kwezintaba zakwa-Efrayimi; ngivela khona; ngaya eBetlehema Juda; sengiya endlini kaJehova , kepha akukho muntu ongamukela en dlini yakhe.

NgokukaJohane 7:29

Ngiyamazi mina, ngokuba ngivela kuye, futhi nguye ongithumileyo.

NgokukaJohane 8:42

Wathi kubo uJesu : Uma uNkulunkulu ebenguyihlo , beniyakungithanda mina, ngokuba ngafika ngivela kuNkulunkulu ; ngokuba angizizelanga ngokwami, kepha yena ungithumile.