"ngiyakwandisa"
10 occurrences in ZUL
Uma uhamba ngezindlela zami , ugcine izimiso zami nemiyalo yami , njengalokho uyihlo uDavide wahamba, ngiyakwandisa izinsuku zakho.
Khumbula o-Abrahama, no-Isaka, no-Israyeli, izinceku zakho, owazifungela kubo, wathi kubo: Ngiyakwandisa inzalo yenu ibe ngangezinkanyezi zezulu, nginike inzalo yenu lonke leli zwe engikhulumile ngalo , idle ifa lalo kuze kube phakade.
Ingelosi kaJehova yathi futhi kuye : Ngiyakwandisa kakhulu inzalo yakho , ingabe isabalwa ngobuningi bayo.
Ngiyakwandisa kakhulu inzalo yakho , ngikwenze isizwe, kuvele namakhosi kuwe.
Ngiyakwandisa inzalo yakho , ibe ngangezinkanyezi zezulu , ngiyiphe inzalo yakho onke lawa mazwe ; ngenzalo yakho ziyakubusiswa izizwe zonke zomhlaba,
Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Maye kumuzi wezingazi ! Nami ngiyakwandisa ukubungela izinkuni.
Ngiyakwandisa abantu phezu kwenu , yonke indlu yakwa -Israyeli, yonke yayo; imizi iyakuhlalwa, nezindawo ezichithekileyo ziyakwakhiwa.
Ngiyakwandisa phezu kwenu abantu nezilwane ; kuyakwanda, kuzale; ngiyakwenza ukuba nihlalwe njengakuqala, kube kuhle kini kunakuqala, nazi ukuthi nginguJehova.
Ngiyakwandisa izithelo zomuthi nokudla komhlabathi , ningabe nisamukeliswa ihlazo lendlala phakathi kwezizwe.
Njengebandla lasezulw ini lingenakubalwa , nesihlabathi solwandle singenakulinganiswa, kanjalo ngiyakwandisa inzalo kaDavide inceku yami namaLevi angikhonzayo.