Skip to Content

"ngiyisinkwa"

4 occurrences in ZUL

NgokukaJohane 6:35

UJesu wathi kubo: Mina ngiyisinkwa sokuphila; ozayo kimi kasoze alamba, nokholwa yimi kasoze oma.

NgokukaJohane 6:41

Khona abaJuda bakhonona ngaye , ngokuba ethe : Ngiyisinkwa esehle ezulwini.

NgokukaJohane 6:48

Mina ngiyisinkwa sokuphila.

NgokukaJohane 6:51

Mina ngiyisinkwa esiphilayo esehla ezulwini . Uma umuntu edla lesi sinkwa, uyakuphila phakade ; futhi-ke isinkwa engizakusinikela ngenxa yokuphila kwezwe siyinyama yami.