"ngizakukunika"
6 occurrences in ZUL
1 iziKronike 16:18
ethi: Ngizakukunika izwe laseKhanani libe yisabelo sefa lakho,
AmaHubo 105:11
ethi: Ngizakukunika izwe laseKhanani libe yisabelo sefa lakho,
NgokukaMarku 6:22
kwangena indodakazi kaHerodiya uqobo , yasina, yajabulisa uHerode nababehlezi naye . Inkosi yayi sithi entombazaneni : Cela kimi noma yini okuthandayo, ngizakukunika.
NgokukaMarku 6:23
Wafunga kuyo, wathi: Noma yini ongakucela kimi ngizakukunika , nakuba kungaze kube yinxenye yombuso wami.
NgokukaMathewu 4:9
wathi kuye : Konke lokhu ngizakukunika khona , uma uziwisa phansi , ukhuleke kimi.
UGenesise 23:13
Wakhuluma ku -Efroni ezindlebeni zabantu balelo zwe , wathi: Ake ungilalele: ngizakukunika imali yensimu ; yamukele kimi, ngimmbele khona ofileyo wami.