"ngokungalungi"
4 occurrences in ZUL
KumaHeberu 8:12
Ngokuba ngiya kuba nesihawu ngokungalungi kwabo , nezono zabo angisayikuzikhumbula.
KwabaseRoma 1:18
Ngokuba intukuthelo kaNkulunkulu yambulwa ivela ezulwini phezu kwakho konke ukungamesabi uNkulunkulu nokungalungi kwabantu abathiya iqiniso ngokungalungi,
UJeremiya 17:11
Intendele efukamela ingazalanga , unjalo owenza ingcebo ngokungalungi ; iyakumshiya phakathi nezinsuku zakhe, abe yisiwula ngasekugcineni.
UJeremiya 22:13
Wo koyakha indlu yakhe ngokungalungi , namakamelo akhe ngokungafanele, osebenzisa umakhelwane wakhe engamholeli , angamniki lutho ngomsebenzi wakhe,