"ngokusobala"
6 occurrences in ZUL
Wabona ngokusobala embonweni ingelosi kaNkulunkulu ingena kuye kungathi ngehora lesishiyagalolunye lemini, ithi: Korneliyu!
Madoda, bazalwane, ake ngikhulume kini ngokusobala ngokhokho uDavide ukuthi wafa , nokuthi wembelwa , nokuthi ithuna lakhe lisekhona kithi nanamuhla.
Ngikhulume lokho kini ngemifanekiso ; isikhathi siyeza , lapho ngingasayikukhuluma ngemifanekiso ; kodwa ngiyakunitshela ngoBaba ngokusobala.
Abafundi bakhe bathi kuye : Bheka, manje usukhuluma ngokusobala , awusakhulumi mfanekiso.
Leli zwi walikhuluma ngokusobala. UPetru wamthatha, waqala ukumkhuza.
ngiyakukhuluma naye umlomo nomlomo ngokusobala , kungabi ngamazwi ayimfumbe; isimo sikaJehova uyakusibona ; anesabanga ngani ukukhuluma ngenceku yami uMose na?