"ngukwesaba"
11 occurrences in ZUL
Ngifikelwe luvalo nokuqhaqhazela; ngikhwelwe ngukwesaba okukhulu.
Kwathi emva kwalezo zinsuku ezintathu nenxenye umoya wokuphila ovela kuNkulunkulu wangena kubo ; base bema ngezinyawo zabo , nabababonayo behlelwa ngukwesaba okukhulu.
Kepha kwaba yilowo nalowo muntu wehlelwa ngukwesaba ; kwenziwa ngabaphostoli izimangaliso nezibonakaliso eziningi.
Kepha base bemazi ukuba nguyena owayehlalela ukuphiwa ngaseMnyango Omuhle wethempeli , behlelwa ngukwesaba nokumangala ngokwenzakele kuye. UPetru ukhuluma ngoKristu ukuthi uyiNkosi yokuphila
Bonke abakhelene nabo behlelwa ngukwesaba , bakhuluma ngazo zonke lezo zindaba kulo lonke lezintaba laseJudiya,
Behlelwa ngukwesaba bonke , bakhuluma bodwa , bathi: Yizwi lini leli lokuba ayale omoya abangcolileyo ngegunya nangamandla, baphume?
Ngokuba ubehlelwa ngukwesaba , yena kanye nabo bonke ababe naye , ngobuningi bezinhlanzi ababezibambile,
Bafikelwa ngukwesaba bonke , bamdumisa uNkulunkulu , bathi: Kuvele umprofethi omkhulu phakathi kwethu , nokuthi: UNkulunkulu ubahambele abantu bakhe.
Abantu bonke bakulelo zwe lamaGerasa bamcela ukuba amuke kubo , ngokuba babephethwe ngukwesaba okukhulu ; yena wayesengena emkhunjini, waphindela emuva.
Njalo lapho sidabula, siyakunibamba, ngokuba siyakudabula ukusa ngokusa imini nobusuku, kube ngukwesaba kuphela, lapho umbiko uqondwa.
Abasentshonalanga bayethuswa lusuku lwakhe , nabasempumalanga babanjwa ngukwesaba.