"nicabanga"
3 occurrences in ZUL
2 iziKronike 28:13
bathi kubo : Ningabangenisi abathunjwa lapha , ngokuba nicabanga okuyakuba yicala lethu kuJehova ukuba kwenezele ezonweni zethu nasecaleni lethu, ngokuba icala lethu selilikhulu namanje ; ulaka olushisayo luphezu kuka-Israyeli.
2 kwabaseKorinte 12:19
Kade nicabanga ukuthi siyaziphendulela kini . Thina sikhuluma phambi kukaNkulunkulu sikuKristu ; kepha konke , bathandwa, kwenzelwa ukwakhiwa kwenu.
UJobe 6:26
Nicabanga yini ukusola amazwi , lokhu ukukhuluma kophelelwa ithemba kungumoya nje na?