"nikhuleka"
6 occurrences in ZUL
ngokukhuleka konke nokunxusa , nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya ; kulokho nilinde ngesineke sonke nangokunxusela abangcwele bonke,
Nina nikhuleka kweningakwaziyo, thina sikhuleka kwesikwaziyo; ngokuba insindiso ivela kubaJuda.
Wayesethi kubo : Nxa nikhuleka , anothi: Baba wethu osezulwini , malingcweliswe igama lakho ; mawufike umbuso wakho; mayenziwe intando yakho emhlabeni njengasezulwini;
Futhi nxa nimi nikhuleka, thethelelani, uma ninamagqubu nomunye, ukuze noYihlo osezulwini anithethelele iziphambeko zenu.
Nalapho nikhuleka, ningabi njengabazenzisi, ngokuba bethanda ukukhuleka bemi emasi nagogeni nasezinhlanganweni zezindlela ukuba babonwe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.
Kodwa nxa nikhuleka , ningathemelezi njengabezizwe , ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.