"ningakhathazeki"
10 occurrences in ZUL
Kepha noma ni hlupheka ngenxa yokulunga , nibusisiwe. Ningesabi ukwesabisa kwabo, ningakhathazeki,
Ningakhathazeki ngalutho , kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.
Kepha nxa beniqhubela emasinagogeni , nakubabusi, nakuzo iziphathimandla, ningakhathazeki ngokuthi niyakuziphendulela kanjani nangokuthini, nokuba niyakukhulumani,
Wayesethi kubafundi bakhe : Ngakho-ke ngithi kini : Ningakhathazeki ngokuphila kwenu ukuthi niyakud lani, nangomzimba wenu ukuthi niyakwembathani.
Nani maningafuni eniyakukudla neniyakukuphuza; ningakhathazeki.
Kepha kuyakuthi , nxa benikhaphela , ningakhathazeki ngokuthi niyakukhuluma kanjani nokuthi niyakuthini , ngokuba niyakuphiwa ngaso leso sikhathi eniyakukukhuluma.
Uma kuzwakala lokho kumbusi , siyakuncengana naye thina , nina ningakhathazeki.
Ngalokho-ke ngithi kini : Ningakhathazeki ngokuphila kwenu ukuthi niyakudlani noma niyakuphuzani , nangomzimba wenu ukuthi niyakwembathani. Ukuphila akukukhulu kunokudla nomzimba kunesambatho na?
Ngakho-ke ningakhathazeki nithi : S iyakudlani? noma: S iyakuphuzani? noma: Siyakwembathani na?
Ningakhathazeki ngengomuso, ngokuba ingomuso iyakukhathalela okwayo. Inkathazo yosuku yanele lona.