Skip to Content

"ningathinti"

9 occurrences in ZUL

1 iziKronike 16:22

ethi: Ningathinti abagcotshiweyo bami, ningoni abaprofethi bami.

2 kwabaseKorinte 6:17

Ngakho-ke phumani phakathi kwabo , nahlukane nabo , isho iNkosi ; ningathinti okungcolileyo; khona ngiyakunamukela,

AmaHubo 105:15

ethi: Ningathinti abagcotshiweyo bami, ningoni abaprofethi bami.

IsiLilo 4:15

Chezukani, ningcolile! bamemeza kubo: Chezukani, chezukani, ningathinti! Lapho bebaleka bezulazula , bathi phakathi kwabezizwe : Abasayikugogobala lapha.

U-Eksodusi 19:12

Wena-ke wobamise la abantu umkhawulo nxazonke , uthi: Xwayani ukuba ningakhuphukeli entabeni , ningathinti umkhawulo wayo . Lowo othinta intaba uyakubulawa impela;

U-Isaya 52:11

Mukani, mukani, niphume lapha , ningathinti okungcolileyo , niphume phakathi kwalo, nizihlambulule nina eniphatha izitsha zikaJehova.

UDuteronomi 14:8

nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo , ingetshisi kodwa ; ingcolile kini ; aniyikuyidla inyama yazo, ningathinti izidumbu zazo.

ULevitikusi 11:8

Ningadli inyama yazo, ningathinti izidumbu zazo; zingcolile kini.

UNumeri 16:26

Wayesekhuluma kuyo inhlangano , wathi: Ake nisuke ematendeni alaba bantu ababi, ningathinti lutho olwabo, funa niqedwe ngezono zabo zonke.