"niwe"
6 occurrences in ZUL
Ngakho, bathandekayo, njengokuba nazi lokhu ngaphambili , xwayani, ukuze ningadukiswa ngokukhohlisa kwabangenamthetho , niwe ekuqineni kwenu,
Kanti nokho niyakufa njengabantu nje, niwe njengesinye sezikhulu.
Manje uma nilungele ukuba ng esikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu, nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, niwe phansi , nikhuleke esithombeni engisenzileyo , kuhle; kepha uma ningakhuleki , niyakuphonswa ngasona leso sikhathi phakathi kwes ithando somlilo ovuthayo ; ngumuphi lowo nkulunkulu oyakunikhulula ezandleni zami na?
ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo , negenkle, nehabhu, nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa , niwe phansi, nikhuleke esithombeni segolide uNebukadinesari inkosi asimisileyo.
Uyakusho kubo ukuthi : U sho kanje uJehova Sebawoti , uNkulunkulu ka - Israyeli, uthi: Phuzani, nidakwe, nihlanze, niwe, ningabe nisasukuma ngenxa yenkemba engiyakuyithuma phakathi kwenu.
Hhewulani nina belusi , nikhale, nihuquzele emlothen i nina zikhulu zomhlambi, ngokuba seziphelel e izinsuku zenu zokuba nihlatshwe , nginihlakaze, niwe njengesitsha esihle.