"nomame"
8 occurrences in ZUL
Wayeseshiya izinkabi , wagijima wamlandela u -Eliya, wathi: Ake ngange ubaba nomame , bese ngikulandela . Wathi kuye: Hamba, ubuyele emuva, ngokuba ngenzeni kuwe na?
UDavide wasuka khona , waya eMispa lakwaMowabi , wathi enkosini yakwaMowabi: Ake beze ubaba nomame , bahlale kini , ngize ngazi ukuthi uNkulunkulu uyakwenzani kimi.
UmkaSamsoni wakhala phambi kwakhe , wathi: Uyangizonda kuphela , awungithandi; unikile abakithi imfumbe, awungitshelanga yona. Wathi kuye: Bheka, angibatshelanga ubaba nomame, ngiyakukutshela wena na?
Ngokuba ubaba nomame bangishiyile, kodwa uJehova uzakungamukela.
Ngokuba owenza intando kaNkulunkulu nguye ongumfowethu nodadewethu nomame.
Ngokuba yilowo nalowo owenza intando kaBaba osezulwini nguye ongumfowethu nodadewethu nomame.
Ngokuba umntwana engakazi ukumemeza ngokuthi baba nomame , kuyakususwa ingcebo yaseDamaseku nempango yaseSamariya phambi kwenkosi yase-Asiriya.
nisindise ubaba , nomame, nabafowethu, nawodadewethu, nabo bonke abanabo, nophule imiphefumulo yethu ekufeni.