Skip to Content

"nomuthi"

5 occurrences in ZUL

IsAmbulo 3:18

ngiyakululeka ukuba uthenge kimi igolide elihlanzwe ngomlilo uku ze ucebe, nezingubo ezimhlophe ukuze wembathe, kungabonakali ihlazo lobuze bakho nomuthi wamehlo wokugcoba amehlo akho ukuba ubone.

NgokukaLuka 6:43

Ngokuba akukho muthi omuhle othela isithelo esibi ; futhi nomuthi omubi awutheli isithelo esihle.

NgokukaMathewu 7:18

Umuthi omu hle ungethele izithelo ezimbi , nomuthi omubi ungethele izithelo ezinhle.

U-Eksodusi 35:7

nezikhumba ezibomvu zezinqama , nezikhumba zamatahasi , nomuthi womtholo,

UGenesise 2:9

UJehova uNkulunkulu wahlumisa emhlabathini imithi yonke ebukekayo , emihle, edliwayo, nomuthi wokuphila phakathi nensimu , nomuthi wokwazi okuhle nokubi.