"nozimri"
3 occurrences in ZUL
1 AmaKhosi 16:7
Kwafika ngesandla somprofethi uJehu indodana kaHanani izwi likaJehova ngoBahasha nendlu yakhe ngenxa yakho konke okubi akwenza emehlweni kaJehova ukuthi wamcunula ngomsebenzi wezandla zakhe, waba njengendlu kaJerobowamu, nangenxa yokuba wayiqothula. O-Ela noZimri no-Omri no-Ahabi bangamakhosi kwa-Israyeli
1 iziKronike 8:36
U-Ahazi wazala uJehohada ; uJehohada wazala o -Alemeti, no-Azimaveti, noZimri; uZimri wazala uMosa;
1 iziKronike 9:42
U-Ahazi wazala uJara ; uJara wazala o -Alemeti, no-Azimaveti, noZimri; uZimri wazala uMosa;