Skip to Content

"obona"

7 occurrences in ZUL

NgokukaJohane 12:45

Obona mina ubona ongithumileyo.

NgokukaJohane 6:40

Ngokuba lokhu kuyintando kaBaba ukuba yilowo nalowo obona iNdodana, akholwe yiyo , abe nokuphila okuphakade ; ngiyakumvusa mina ngomuhla wokuphela.

NgokukaMathewu 6:18

ukuze ungabonakali kubantu ukuthi uzilile kodwa kuYihlo osekusithekeni ; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.

NgokukaMathewu 6:4

ukuze isipho sakho sibe sekusithekeni ; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.

NgokukaMathewu 6:6

Kepha wena , nxa ukhuleka , ngena ekamelweni lakho , uthi usuvale umnyango wakho ukhuleke kuYihlo osekusithekeni ; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.

UJeremiya 20:12

Kepha, Jehova Sebawoti , ovivinya olungileyo , obona izinso nenhliziyo , mangibone ukuphindisela kwakho kubo , ngokuba ngikwambulele indaba yami.

UmShumayeli 8:16

Lapho ngibeka inhliziyo yami uku kwazi ukuhlakanipha nokubona umshikashika owenziwa emhlabeni , ngokuba akakho obona ubuthongo ngamehlo akhe imini nobusuku,