"okubonwayo"
3 occurrences in ZUL
2 kwabaseKorinte 4:18
thina esingabheki okubonwayo kodwa okungabonwayo ; ngokuba okubonwayo kungokwesikhashana , kepha okungabonwayo kungokwaphakade.
KumaHeberu 11:3
Ngokukholwa siqonda ukuthi izwe lonke ladatshulwa ngezwi likaNkulunkulu, kuze kuthi okubonwayo akuvelanga kokubonwayo.
KwabaseKolose 1:16
ngokuba kwadalelwa kuyo konke okusezulwini nasemhlabeni, okubonwayo nokungenakubonwa, nokuba kuyizihlalo zobukhosi , nokuba kuyimibuso , nokuba kuyizikhulu, nokuba kuyiziphathimandla ; konke kwadalwa ngayo , kwadalelwa yona;