Skip to Content

"okufayo"

3 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 15:53

Ngokuba lokhu okubolayo kumelwe ukwembatha ukungaboli , nalokhu okufayo kumelwe ukwembatha ukungafi.

1 kwabaseKorinte 15:54

Kepha nxa lokhu okubolayo sekwembethe ukungaboli, nalokhu okufayo sekwembethe ukungafi, kuzakugcwaliseka izwi elilotshiweyo lokuthi : Ukufa kugingiwe kwaba ngukunqoba.

2 kwabaseKorinte 5:4

Ngokuba thina esisekhona kuleli dokodo sibubula , sisindwa, ngokuba asithandi ukwamb ulwa kodwa ukwelakanyiswa , ukuze okufayo kugingwe ngukuphila.