"okungcolileyo"
7 occurrences in ZUL
Ngakho-ke phumani phakathi kwabo , nahlukane nabo , isho iNkosi ; ningathinti okungcolileyo; khona ngiyakunamukela,
Mukani, mukani, niphume lapha , ningathinti okungcolileyo , niphume phakathi kwalo, nizihlambulule nina eniphatha izitsha zikaJehova.
Abapristi bawo badlovile umthetho wami ; bangcolisile izinto zami ezingcwele, abahlukanisanga okungcwele nokuyichilo, abafundisanga abantu ukwahlukanisa okungcolileyo nokuhlambulukileyo, bafihlele amasabatha ami amehlo abo; sengidumazekile phakathi kwabo.
Abayikuhlala ezweni likaJehova ; u-Efrayimi uyakubuyela eG ibithe, nase- Asiriya bayakudla okungcolileyo.
Ngubani ongaveza okuhlambulukileyo kukh o okungcolileyo na ? Kakho noyedwa.
Niyakwahlukanisa okungcwele nokungengcwele, okungcolileyo nokuhlambulukileyo,
ukuba kwahlukaniswe okungcolileyo nokuhlambuluki leyo, okuphilayo okudliwayo nokuphilayo okungadliwayo.