Skip to Content

"sakwazebuloni"

8 occurrences in ZUL

1 iziKronike 6:63

namadodana kaMerari ngenkatho ngemindeni yawo esizweni sakwaRubeni, nasesizweni sakwaGadi, nasesizweni sakwaZebuloni imizi eyishumi nambili.

1 iziKronike 6:77

Aseleyo, amadodana kaMerari , anikwa esizweni sakwaZebuloni iRimono namadlelo alo neGhabori namadlelo alo,

UJoshuwa 19:9

Ifa labantwana bakwaSimeyoni lavela esabelweni sabantwana bakwaJuda , ngokuba isabelo sabantwana bakwaJuda sasisikhulu kubo ; ngalokho abantwana bakwaSimeyoni babenefa phakathi kwefa labo. Isabelo sakwaZebuloni

UJoshuwa 21:34

Imindeni yabantwana bakwaMerari, abaseleyo kumaLevi, yabelwa esizweni sakwaZebuloni iJokineyamu namadlelo alo, neKarita namadlelo alo,

UJoshuwa 21:7

Abantwana bakwaMerari ngemindeni yabo babelwa esizweni sakwaRubeni, nasesizweni sakwaGadi, nasesizweni sakwaZebuloni imizi eyishumi nambili.

UNumeri 13:10

Owesizwe sakwaZebuloni: uGadiyeli indodana kaSodi.

UNumeri 1:31

labo ababalwayo kubo , abesizwe sakwaZebuloni , babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesikhombisa namakhulu amane.

UNumeri 2:7

Isizwe sakwaZebuloni: isikhulu sabantwana bakwaZebuloni siyakuba ngu - Eliyabe indodana kaHeloni;