"sibuthakathaka"
3 occurrences in ZUL
1 kwabaseKorinte 4:10
Thina siyiziwula ngenxa kaKristu , kepha nina nihlakaniphile kuKristu ; thina sibuthakathaka , kepha nina ninamandla ; nina niyadunyiswa , kepha thina siyadunyazwa.
2 kwabaseKorinte 13:4
Ngokuba noma wabethelwa esiphambanweni ngobuthakathaka , nokho uyaphila ngamandl a kaNkulunkulu . Ngokuba nathi sibuthakathaka kuye , kodwa sizakuphila kanye naye ngamandla kaNkulunkulu ngakini. UPawulu ululeka ukuba nabo bazihlole, engakafiki
2 kwabaseKorinte 13:9
Ngokuba siyajabula , nxa sibuthakathaka thina , nina-ke ninamandla ; sikukhulekela nalokhu: ukupheleliswa kwenu.