"siyakumkhonza"
4 occurrences in ZUL
UJoshuwa 24:15
Uma kukubi e mehlweni enu ukumkhonza uJehova , khethani namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza , noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo besengaphesheya koMfula, noma onkulunkulu bama -Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.
UJoshuwa 24:18
UJehova waxosha phambi kwethu bonke abantu , nama-Amori futhi ayehlala ezweni ; ngalokho nathi siyakumkhonza uJehova , ngokuba unguNkulunkulu wethu.
UJoshuwa 24:21
Kepha abantu bathi kuJoshuwa: Qha, ngokuba siyakumkhonza uJehova.
UJoshuwa 24:24
Abantu bathi kuJoshuwa : UJehova uNkulunkulu wethu siyakumkhonza , sililalele izwi lakhe.