"siyeza"
9 occurrences in ZUL
Bayakunikhipha emasinagogeni , yebo, siyeza isikhathi sokub a lowo onibulalayo uyakuthi ukhonza uNkulunkulu.
Ngikhulume lokho kini ngemifanekiso ; isikhathi siyeza , lapho ngingasayikukhuluma ngemifanekiso ; kodwa ngiyakunitshela ngoBaba ngokusobala.
Bhekani, isikhathi siyeza , yebo, sesifikile sokuba nihlakazeke , yilowo nalowo aye kokwakhe , ningishiye ngingedwa ; nokho angingedwa , lokhu uBaba unami.
UJesu wathi kuye : Sifazane, kholwa yimi , isikhathi siyeza , lapho ningasayikukhuleka kuBaba nakule ntaba naseJerusalema.
Kodwa isikhathi siyeza , sesikhona namanje , lapho abakhulekayo abaqinisileyo beyakukhuleka kuBaba ngomoya nangeqiniso ; ngokuba uBaba ufuna abakhuleka kuye abanjalo.
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini : Isikhathi siyeza , sesikhona namanje , lapho abafileyo beyakulizwa izwi leNdodana kaNkulunkulu ; abezwayo bayakuphila.
Ningamangali ngalokho , ngokuba isikhathi siyeza, lapho bonke abasemathuneni beyakulizwa izwi layo,
Bhekani, ngiyathuma isithunywa sami ; siyakulungisa indlela phambi kwami. INkosi eniyifunay o iyakufika ngokuzumayo ethempelini layo ; nesithunywa sesivumelwano enithokoza ngaso , bheka, siyeza, usho uJehova Sebawoti.
Isizukulwane siyamuka, isizukulwane siyeza, kepha umhlaba umi phakade.