Skip to Content

"ubutha"

6 occurrences in ZUL

Kwabase-Efesu 2:16

enze futhi ukuba bobabili babuyisane noNkulunkulu em zimbeni munye ngesiphambano, esebulele ubutha ngakho.

NgokukaLuka 23:12

Ngalolo suku oPilatu noHerode baba ngabahlobo ; ngokuba ngaphambili kwakukhona ubutha phakathi kwabo.

NgokukaMathewu 25:24

Kepha weza nobamukele italenta lalinye , wathi: Nkosi, bengikwazi ukuthi ungumuntu olukhuni; uvuna lapho ungahlwanyelanga khona , ubutha lapho ungafazanga khona;

U-Eksodusi 23:16

nomkhosi wokuvuna wolibo lwemisebenzi yakho oyihlwanyelayo ensimini , nomkhosi wokubutha ngasekupheleni komnyaka , lapho ubutha imisebenzi yakho ensimini.

UDuteronomi 24:21

Nxa ubutha okwesivini sakho , awuyikukhothoza ngasemuva, kepha akube ngokomfokazi, nokwentandane, nokomfelokazi.

UGenesise 3:15

Ngizakubeka ubutha phakathi kwakho nowesifazane, naphakathi kwenzalo yakho nenzalo yakhe. Yona iyakuchoboza ikhanda lakho, wena uyakulimaza isithende sayo.