"ujahazaniya"
3 occurrences in ZUL
UMoya wangiphakamisa , wangiyisa esangweni lendlu kaJehova lasempumalanga, elibhekene nempumalanga; bheka, ngasesivalweni sesango kwakukhona amadoda angamashumi amabi li nanhlanu ; ngabona phakathi kwawo uJahazaniya indodana ka -Azuri noPhelathiya indodana kaBenaya , izikhulu zabantu.
Kwakumi phambi kwabo abantu abangamashumi ayisikhombisa bamalunga endlu yakwa -Israyeli, naphakathi kwabo uJahazaniya indodana kaShafani, kwaba yilowo nalowo enomcengezi wakhe womlilo esandleni sakhe, nephunga lefu lempepho lenyuka.
Ngase ngithatha uJahazaniya indodana kaJeremiya kaHabasiniya nabafowabo, nawo onke amadodana akhe, nayo yonke indlu yamaRekabi,