"ukonakala"
11 occurrences in ZUL
Wenza okulungile emehlweni kaJehova njeng akho konke akwenzileyo u - Uziya, kepha akangenanga ethempelini likaJehova. Abantu babesasebenza ukonakala.
Bayasondela abalandela ukonakala; bakude nomthetho wakho.
Ngokuba ukonakala kwakhe kuyamthopha emehlweni akhe , ukuze kungafunyanwa, azondeke ngakho.
Nalapho kuza ozongibona , ukhuluma amanga ; inhliziyo yakhe izibuthela ukonakala, abesephuma akhulume ngakho.
Makuphele ukonakala kwababi , kepha olungileyo mawumqinise . Nguwe phela ohlola izinhliziyo nezinso, Nkulunkulu olungileyo.
Xwayani ukuba ningayekethisi kulokho ; kungase kwande ukonakala , kulimaze amakhosi, na?
Uma omubi ephiwa umusa , akafundi ukulunga ; ezweni lobuqotho uyakwenza ukonakala, angaboni ukuphakama kukaJehova.
nomoya wokwahlulela kohlezi ekwahluleleni , namandla kubo ababuy isa impi esangweni. Ukonakala kwaseJerusalema
Ngashiywa ngedwa ; ngawubona lombono omkhulu, akusalanga mandla kimi, ngokuba ubuhle bami baphenduka ukonakala kimi, angaba namandla.
Awuyikuhlambalaza indodakazi yakho ukuyenza isifebe , funa izwe lehlelwe ngubufebe, izwe ligcwale ukonakala.
Aniyikwamukela esandleni sowezizwe , ninikele ngezinjalo zibe yisinkwa sikaNkulunkulu wenu , ngokuba ukonakala kwazo kukuzo , zinobulima; aniyikwamukeleka ngazo.