Skip to Content

"ukukhethwa"

6 occurrences in ZUL

1 kwabaseThesalonika 1:1

OPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseTheselonika elikuNkulunkulu uBaba , naseNkosini uJesu Kristu : Makube kini umusa nokuthula. UPawulu ubonga ukuqala kwabo okuhle ekukholweni; wethemba ukukhethwa kwabo ngevangeli eliqinisileyo abalamukele

1 kwabaseThesalonika 1:4

sikwazi, bazalwane abathandiwe nguNkulunkulu, ukukhethwa kwenu

IzEnzo 1:14

Bonke laba baqinisela nganhliziyonye ekukhulekeni kanye nabesifazane , noMariya unina kaJesu, nabafowabo. Ukukhethwa kukaMathiya abe ngomunye wabaphostoli esikhundleni sikaJuda

NgokukaLuka 6:11

Base begcwala ukuhlanya , bakhuluma bodwa ngokuthi bangamenze njani uJesu. Ukukhethwa kwabaphostoli (Math. 10:1; Mark. 3:13)

NgokukaMarku 3:12

Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi. Ukukhethwa kwabaphostoli (Math. 10:1; Luk. 6:12)

UNumeri 34:15

lezi zizwe ezimbili nenxenye zathola ifa lazo ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga, lapho kuphuma khona ilanga. Ukukhethwa kwamadoda okwahlukanisa ifa lezwe