"ukuqiniseka"
5 occurrences in ZUL
2 kaPetru 1:11
Ngokuba ngokwenze njalo niyakuphiwa ngokwengcebo ukungena embusweni waphakade weNkosi yethu noMsindisi uJesu Kristu. Ukuqiniseka kwezwi labaphostoli nelabaprofethi
Kwabase-Efesu 3:16
ukuba ngokwengcebo yenkazimulo yakhe aninike ukuqiniseka emandleni ngoMoya wakhe kumuntu ongaphakathi;
KwabaseRoma 5:4
ukukhuthazela kuveza ukuqiniseka, ukuqiniseka kuveza ithemba;
NgokukaLuka 1:4
ukuze wazi ukuqiniseka kwalezo zindaba ozifundisiweyo. Ukuzalwa kukaJohane nokukaJesu kuyabikezelwa
U-Isaya 33:6
Kuyakuba khona ukuqiniseka ngesikhathi sakho , ubuningi bokusindiswa nokuhlakanipha nokwazi; ukumesaba uJehova kuyingcebo yakhe.