"ukuxokozela"
4 occurrences in ZUL
AmaHubo 74:23
Ungakhohlwa izwi lezitha zakho , ukuxokozela kwabakuvukelayo okwenyukela njalonjalo.
U-Amose 6:7
Ngalokho sebeyakuthunjwa phakathi kwabokuqala abathunjwayo , kusuke ukuxokozela kwabacambalalayo.
U-Isaya 24:8
Ukujabula kwezigubhu kunqamukile, ukuxokozela kwabajabulayo kuphelile, nenjabulo yehabhu ikhawukile.
UHoseya 10:14
Kuyakuvela ukuxokozela phakathi kwabantu bakho , zichithwe zonke izinqaba zakho , njengalokho uShalimani achitha iBeti Aribeli ngosuku lokulwa, unina echotshozwa phezu kwabantwana.