Skip to Content

"ukwambula"

3 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 14:26

Kunjani, pho, bazalwane? Uma nibuthana , yilowo nalowo uba nehubo , noma isifundiso, noma ukwambula, noma izilimi, noma ukuhumusha. Konke akwenzelwe ukwakhiwa kwebandla.

ULevitikusi 18:17

Ungambuli ubunqunu bowesifazane kanye nobendodakazi yakhe ; ungathathi indodakazi yendodana yakhe , noma indodakazi yendodakazi yakhe ukwambula ubunqunu bayo, ngokuba bayizihlobo; kungukonakala.

ULevitikusi 18:6

Makungasondeli muntu kowakubo ukwambula ubunqunu bakhe ; nginguJehova.