"umshayo"
4 occurrences in ZUL
2 AmaKhosi 6:2
Masihambe siye eJordani, sithathe khona, kube yilowo nalowo umshayo ube munye, senzele khona indawo esingahlala kuyo. Wathi: Hambani.
2 AmaKhosi 6:5
Kwathi lapho omunye esegawula umshayo , insimbi yawela emanzini ; wakhala wathi: Maye, nkosi! Ibitshelekiwe!
U-Eksodusi 26:28
umshayo waphakathi ophakathi kwamapulangwe udabule , uze ufinyelele nxazombili.
U-Eksodusi 36:33
Wawenza umshayo waphakathi ukuba udabule phakathi kwamapulangwe , kusukela ekugcineni ngalapha kuze kufike ekugcineni ngalapha.