"ungakhathazeki"
4 occurrences in ZUL
1 kwabaseKorinte 7:21
Ubizwe uyisigqila na ? Ungakhathazeki ngalokho . Kepha uma kwenzeka ukuba ukhululwe, kukhethe lokho.
AmaHubo 37:7
Thula ph ambi kukaJehova , ulindele yena ; ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe, ngomuntu osongoza amacebo amabi.
AmaHubo 37:8
Pheza ukuthukuthela; yeka ulaka, ungakhathazeki; kubanga ukona nje.
IzAga 3:11
Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kukaJehova, ungakhathazeki ngokusola kwakhe.