"uyahlulela"
4 occurrences in ZUL
AmaHubo 7:8
UJehova uyahlulela izizwe ; ngahlulele, Jehova, ngokulunga kwami nangobuqotho bami obukimi.
AmaHubo 82:1
UNkulunkulu umi emhlanganweni wawonkulunkulu ; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu.
IsAmbulo 19:11
Ngase ngibona izulu livulekile ; bheka, nanto ihhash i elimhlophe nohlezi phezu kwalo obizwa ngokuthi oThembekileyo noQinisileyo ; uyahlulela, alwe ngokulunga.
UJeremiya 25:31
Umsindo uyakufinyelela emkhawulweni womhlaba , ngokuba uJehova uyamelana nezizwe ; uyahlulela inyama yonke , kepha ababi uy akubanikela enkembeni, usho uJehova.