"uyakholwa"
5 occurrences in ZUL
EkaJakobe 2:19
Wena uyakholwa ukuthi uNkulunkulu munye na ? Wenza kahle ; namademoni ayakholwa, athuthumele.
IzAga 14:15
Ongenalwazi uyakholwa ngamazwi onke , kepha oqondileyo uyaqaphela ukunyathela kwakhe.
IzEnzo 26:27
Nkosi Agripha, uyakholwa ngabaprofethi na? Ngiyazi ukuthi uyakholwa.
NgokukaJohane 11:26
Nalowo ophila, akholwe yimi, kasoze afa n aphakade. Uyakholwa yilokho na?
NgokukaJohane 9:35
UJesu wezwa ukuthi bamkhiphele phandle ; kwathi emfumana , wathi: Uyakholwa yiNdodana kaNkulunkulu na?