Skip to Content

"uyakukubona"

6 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 22:25

Wathi uMikhaya : Bheka, uyakukubona ngalolo suku oyakungena ngalo emakamelweni ngamakamelo ukuba ucashe.

2 AmaKhosi 7:19

induna yaphendula umuntu kaNkulunkulu , yathi: Bheka, noma uJehova ewenza amafasitele ezulwini , le nto ingenzeka na ? Wathi: Bheka, uyakukubona ngamehlo akho, ungadli kukho kodwa.

2 AmaKhosi 7:2

Induna inkosi eyencika esandleni sayo yaphendula umuntu kaNkulunkulu , yathi: Bheka, uma uJehova enza amafasitele ezulwini , le nto ingenzeka kanjani na ? Wathi: Bheka, uyakukubona ngamehlo akho , ungadli kukho kodwa. Abanochoko basemnyango waseSamariya. Ukubaleka kwama-Aramu

2 iziKronike 18:24

Wathi uMikhaya : Bheka, uyakukubona ngalolo suku oyakungena ngalo emakamelweni ngamakamelo ukuba ucashe.

AmaHubo 107:42

Olungileyo uyakukubona, ajabule; ububi bonke bumelwe ukuvala umlomo.

AmaHubo 112:10

Omubi uyakukubona, acunuke, agedle amazinyo akhe , abesephela; isifiso sababi siyakubhubha.