Skip to Content

"uyakuletha"

7 occurrences in ZUL

U-Isaya 31:2

Nokho naye uhlakaniphile , uyakuletha okubi; akayikubuyisa amazwi akhe, kepha uyakuvukela indlu yababi nosizo lwabenza okubi.

U-Isaya 7:17

UJehova uyakuletha phezu kwakho , naphezu kwabantu bakho , naphezu kwendlu kayihlo izinsuku ezingafikanga kusukela osukwini u -Efrayimi asuka ngalo kwaJuda -- yinkosi yase-Asiriya.

ULevitikusi 19:21

Uyakuletha umnikelo wakhe wecala kuJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana, inqama ibe ngumnikelo wecala.

ULevitikusi 5:6

uyakuletha umnik elo wecala lakhe kuJehova ngesono sakhe one ngaso , insikazi yasezimvini, imvu noma imbuzi, kube ngumnikelo wesono, umpristi amenzele ukubuyisana ngesono sakhe.

ULevitikusi 7:29

Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: Onikela ngomhlatshelo weminikelo yakhe yokuthula kuJehova uyakuletha umnikelo wakhe kuJehova emhlatshelweni weminikelo yakhe yokuthula;

UNumeri 6:10

Ngosuku lwesishiyagalombili uyakuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba kumpristi ngasemnyango wetende lokuhlangana;

UNumeri 8:9

Uyakuletha amaLevi phambi kwetende lokuhlangana , ubuthe yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli,