Skip to Content

"uyakwenziwa"

5 occurrences in ZUL

KwabaseFilipi 1:20

njengokulangazela nokwethemba kwami ukuthi ayikho into engizakujabhiswa kuyo , kepha ngesibindi sonke , njengasezikhathini zonke namanje, uKristu uyakwenziwa mkhulu emzimbeni wami , nokuba kungokuphila nokuba kungokufa.

ULevitikusi 23:3

Umsebenzi uyakwenziwa izinsuku eziyisithupha ; kepha ngosuku lwesikhombisa kuyisabatha lokuphumula okuzothileyo , umhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi ; kuyisabatha kuJehova ezindlini zenu zonke.

ULevitikusi 2:7

Uma umnikelo wakho ungumnikelo wempuphu ephekwe ngokhamba , uyakwenziwa ngempuphu ecolekileyo kanye namafutha.

ULevitikusi 6:21

Uyakwenziwa emqengeleni ngamafutha ; usuxutshanisiwe wowungenisa , unikele ngomnikelo wempuphu , ube yizingcezu ezihl eshuliweyo, zibe yiphunga elimnandi kuJehova.

UNumeri 4:27

Ngesiyalezo sika -Aroni nangesamadodana akhe uyakwenziwa wonke umsebenzi wamadodana amaGereshoni emithwalweni yawo yonke nasemisebenzini yawo yonke ; niwamisele yonke imithwalo yawo ezakugcinwa yiwo.