"uyathanda"
10 occurrences in ZUL
UHiramu inkosi yaseTire waphendula ngokuloba, wakuthuma kuSolomoni, wathi: Ngokuba uJehova uyathanda abantu bakhe , ukubeke inkosi phezu kwabo.
Ngokuba uJehova ulungile, uyathanda ukulunga; oqotho uyakubheka ubuso bakhe.
UJehova uyenza ukuba izimpumputhe zi bone; uJehova uyavusa abathotshisiweyo; uJehova uyathanda abalungileyo.
Kepha wena muntu ongelutho uyathanda ukuqonda ukuthi ukukholwa ngaphandle kwemisebenzi kuyize na?
Kepha uFestu ethanda ukubongwa ngabaJuda , wamphendula uPawulu , wathi: Uyathanda yini ukwenyukela eJerusalema, wahlulelwe khona phambi kwami ngalezi zinto, na? UPawulu ufuna ukwahlulelwa nguKesari
Ngokuba ababusi abesabeki kwabenza okuhle , kodwa kwabenza okubi . Kepha uyathanda yini ukungesabi amandla ombuso na ? Yenza okuhle , uyakubongwa yiwo;
UJesu embona elele , azi ukuthi usenesikhathi eside enjalo , wathi kuye : Uyathanda ukusinda na?
Kuthe abafundi bakhe oJakobe noJohane sebekubonile lokho , bathi: Nkosi, uyathanda ukuba sibize umlilo wehle ezulwini, uwaqede, na?
Uyenza ukwahlulela kwezintandane nokomfelokazi , uyathanda umfokazi ngokumnika ukudla nezingubo.
awuyikulalela amazwi alowo mprofethi, noma lowo mphuphi wamaphupho, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uya kulinga ukuba azi ukuthi uyathanda yini uJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho na?