Skip to Content

"uyayazi"

7 occurrences in ZUL

1 iziKronike 17:18

UDavide angenezela ngokuthini kuwe ngodumo inceku yakho elwenzelweyo na? Wena uyayazi inceku yakho.

2 uSamuweli 7:20

UDavide angenezela ngo kuthini kuwe na ? Wena uyayazi inceku yakho , Nkosi Jehova.

AmaHubo 1:6

Ngokuba uJehova uyayazi indlela yabalungileyo , kodwa indlela yababi yobhubha.

AmaHubo 94:11

UJehova uyayazi imicabango yabantu ukuba ingumoya nje.

NgokukaLuka 18:20

Uyayazi imiyalelo ukuthi : U ngaphingi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, yazisa uyihlo nonyoko.

NgokukaMarku 10:19

Uyayazi imiyalelo ukuthi : Ungabulali, ungaphingi, ungebi, ungafakazi amanga, ungamamuki umuntu utho, yazisa uyihlo nonyoko.

UJobe 23:10

Ngokuba uyayazi indlela yami ; esengivivinyile, ngiyakuphuma njengegolide.