"waqopha"
4 occurrences in ZUL
1 AmaKhosi 7:36
Ezibhebheni zezimbambelela zakho nasezindinini zakho waqopha amakherubi, nezingonyama, namasundu njengendawo yakho konke ngakunye, kanye nemigexo yezimbali nxazonke.
2 iziKronike 3:5
Indlu enkulu wayembesa imisayipuresi, wayinameka ngegolide elihle , waqopha kulo amasundu namaketanga.
2 iziKronike 3:7
Wanameka nendlu, nemishayo, nemibundu, nezindonga zayo, neminyango yayo ngegolide, waqopha amakherubi ezindongeni.
U-Isaya 5:2
wasimba, wakhipha amatshe aso , wasitshala ngomvini omuhle , wakha isiqongo sokulinda phakathi kwaso , waqopha isikhamo kuso , wethemba ukuthi siyakuthela izithelo zomvini, kepha saveza izithelo zasendle.