Skip to Content

"wazalelwa"

6 occurrences in ZUL

1 iziKronike 26:6

Naye uShemaya indodana yakhe wazalelwa amadodana ayebusa indlu kayise, ngokuba ayengamaqhawe anamandla.

1 iziKronike 3:4

Wazalelwa ayisithupha e Hebroni; wabusa khona iminyaka eyisikhombisa nezinyanga eziyisithupha ; eJerusalema wabusa iminyaka engamashumi amathathu nantathu.

2 uSamuweli 14:27

U-Abisalomu wazalelwa amadodana amathathu nendodakazi inye egama layo linguTamari; yayingowesifazane obukeka emuhle.

AmaHubo 87:5

Kuyakuthiwa ngeSiyoni : Yilo nalo wazalelwa khona ; oPhezukonke uyaliqinisa.

AmaHubo 87:6

Mhla uJehova eloba izizwe uyakubala ukuthi lo wazalelwa khona. Sela

UGenesise 41:50

UJosefa wazalelwa amadodana amabili, kungakafiki mnyaka wendlala, amzalela wona u-Asenati indodakazi kaPotifera umpristi wase-Oni.