"waziwa"
4 occurrences in ZUL
IzEnzo 7:13
kwathi ngokwesibili uJosefa waziwa ngabafowabo ; kwabonakala kuFaro isizwe sakubo kaJosefa.
KwabaseRoma 15:20
Kanjalo ngangihlose ukushumayela ivangeli kungabi lapho uKristu waziwa khona, ukuze ngingakhi phezu kwesisekelo somunye,
NgokukaLuka 6:44
Ngokuba yilowo nalowo muthi waziwa ngesithelo sawo . Akukhiwa kambe amakhiwane emeveni, nezithelo zomvini azikhiwa ejikijolweni.
NgokukaMathewu 12:33
Yenzani umuthi ube muhle, nesithelo sawo sibe sihle; noma nenze umuthi ube mubi, nesithelo sawo sibe sibi; ngokuba umuthi waziwa ngesithelo sawo.