"wejubili"
10 occurrences in ZUL
Ngalowo mnyaka wejubili niyakubuyela, kube yilowo nalowo efeni lakhe.
Uma engatholi amandla okuzibuyisele la lona , lelo athengise ngalo liyakusala esandleni solithengileyo , uze ufike umnyaka wejubili ; ngejubili liyakuphuma, yena abuyele efeni lakhe.
kepha abe njengomqashwa nogogobeleyo kuwe ; uyakusebenza kuwe kuze kufike umnyaka wejubili,
Uyakubalisana nalowo owamthengayo , aqale ngomnyaka owazithengisa kuye ngawo , kuze kube ngumnyaka wejubili ; imali yentengiso iyakuba njengenani leminyaka; uyakuba naye njengesikhathi somqashwa.
Uma isasele iminyaka eyingcosana kuze kufike umnyaka wejubili , uyakubalisana naye; njengeminyaka yakhe uyakubuyisa imali yokuhlengwa kwakhe.
Uma engahlengwanga ngalezo zindlela, uyakuphuma ngomnyaka wejubili, yena nabantwana bakhe kanye naye.
Uma engcwelisa insimu yakhe kusukela emnyakeni wejubili , iyakuma ngokulinganisa kwakho.
Kepha uma ungcwelisa insimu emva kwejubili , umpristi uyakumbalela imali ngeminyaka eseleyo kuze kuf ike umnyaka wejubili , kuncishiswe ukulinganisa kwakho.
umpristi uyakumbalela imali yokulinganisa kwakho kuze kufike umnyaka wejubili, anike ukulinganisa kwakho ngalolo suku kube yinto engcwele kuJehova.
Ngomnyaka wejubili insimu iyakubuyela kuye eyathengwa kuye , yebo, kuye olifa lensimu lingelakhe.