Skip to Content

"yakwajakobe"

5 occurrences in ZUL

U-Obadiya 1:17

Kepha entabeni yaseSiyoni kuyakuba khona abasindayo , ibe ngcwele , nendlu yakwaJakobe iyakudla ifa layo.

U-Obadiya 1:18

Indlu yakwaJakobe iyakuba ngumlilo , indlu kaJosefa ibe yilangabi , indlu ka-Esawu ibe ngamabibi, bawashise, bawaqede; akuyikubakho oseleyo endlini ka-Esawu, ngokuba uJehova ukhulumile.

UHezekeli 20:5

uthi kubo: Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Ngosuku engakhetha ngalo u - Israyeli ngaphakamisela inzalo yendlu yakwaJakobe isandla sami , ngazazisa kubo ezweni laseGibithe , ngabaphakamisela isandla sami , ngathi: NginguJehova uNkulunkulu wenu.

UMika 5:7

Insali yakwaJakobe iyakuba phakathi kwabantu abaning i njengamazolo avela kuJehova, ngengezihlambi otshanini ezingahlaleli muntu, zingahlaleli abantwana babantu.

UMika 5:8

Insali yakwaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe , phakathi kwabantu abaningi, njengengonyama phakathi kwezilwane zasehlathini , njengebhongo lengonyama phakathi kwemihlambi yezimvu , elithi lapho lidabula , linyathele, lidwengule, kungekho owophulayo.